Nodoli by Samthing Soweto lyrics and Song
Nodoli by Samthing Soweto lyrics
Ngelanga lokuzalwa kwakho
Bengingazi ukuthi ngizokwenzani
Ngoba imali beyongekho
Ende mina no mamakho
Besiphelelwe amaPlani
Kodwa yaringa ifoni
Eynzulwini zobusuku
Yaringa ifoni ngilele
Kodwawafona umama wakho
Wathi kimi sekunjalo
Kumele siye esbhedlela
Ngokukhulu ukuthuka
Ngashaya umthandazo omncane
Bese ngaphuthuma
Ngaba indlela eya kwena
Ngokukhulu ukthuka
Ngashaya umthandazo omncane
Bese ngaphuthuma
Ngaba indlela eya kwena
Unodoli Wami uNodoli yoo (wena)
Wena uyingelosi encane
Unodoli Wami uNodoli yoo (wena)
Wena uyingelosi encane
Unodoli Wami uNodoli yoo (wena)
Wena uyingelosi encane
Ngathi mengfika
Ngamemeza ngale kosango
Kwanzima ukulinda
Ngaphandle kwendlu ka gogo wakho
Ngathi mengfika
Ngamemeza ngale kosango
Kwanzima ukulinda
Ngaphandle kwendlu ka gogo wakho
Unodoli Wami uNodoli yoo (wena)
Wena uyingelosi encane
Unodoli Wami uNodoli yoo (wena)
Wena uyingelosi encane
Unodoli Wami uNodoli yoo (wena)
Wena uyingelosi encane
This song is Written by Samkelo Leletu Mdolomba
Comments