Thee legacy S’thandwa sami lyrics

Ujabulis’ intliziyo yam
Uthokozi’ umphefumlo wam
Uma nginawe konke kuphelele
You complete me
Angikazi ngimbon’ onjengawe
Ha hoo,sthandwa sam
Ongenza ngizizwe ngijabulile
Mhhh mhhh
Akekho omuhle njengawe
Sondela sithath’ iselfie dali
Abantu abanomona ngathi
Babhala izindaba kutwitter
[Pre-Chorus]
Hlala nami
Hlala nam sthandwa sam
Hlala nami mntakwethu
Oh hooo
[Chorus]
Jabulisa
Ujabulis’ intliziyo yam
Uthokozi’ umphefumlo wam
Uma nginawe konke kuphelele
You complete me
You’re my desire
You are my heart’ngihanda wena
Ngithanda wena wedwa sthandwa sam
You’re my desire
You are my heart’ngihanda wena
Ngithanda wena wedwa dali wam

Related Post